African-English Parallel Sentences (MT650)
Collection
Parallel corpus for 154 African languages extracted from the MT650 dataset
•
101 items
•
Updated
•
2
eng
stringlengths 1
657
| zul
stringlengths 1
788
|
---|---|
The men of Israel themselves saw that they were in sore straits , because the people were hard pressed ; and the people went hiding themselves in the caves and the hollows and the crags and the vaults and the waterpits .
|
Abantu bakwa - Israyeli babona ukuthi babesebunzimeni obukhulu , ngoba abantu babecindezelwe kanzima ; abantu bazifihla emihumeni nasemigodini nasemadwaleni nasemagumbini ayingungu nasemigodini yamanzi .
|
You shouldn 't feel that way .
|
Akufanele uzizwe kanjalo .
|
You have nothing to worry about .
|
Akumelwe ukhathazeke .
|
The Pill : Professor 's Safety Tests Were Faked
|
Amaphilisi Okuvala Inzalo : Ukuhlola Kokuqinisekisa Ngokulondeka Okwenziwa Nguprofesa Kube Nenkohliso
|
I don 't believe you have to go to church to be a Christian .
|
Angikholelwa ukuthi kudingeka uye esontweni ukuze ube umKristu .
|
Walking in Falsehood
|
Bahamba Ngamanga
|
Look , Listen , and Then Judge
|
Bhekani , Nilalele , Bese Nahlulela
|
No , it is the World Health Organization that says it .
|
Cha , yiNhlangano Yezwe Yezempilo eshoyo .
|
The Son cannot do a single thing of his own initiative , but only what he beholds the Father doing .
|
INdodana ingenzé - lutho ngokwayo , kuphela lokho ebona uYise ekwenza .
|
A Corresponding Ransom
|
Isihlengo Esihambelanayo
|
So my heavenly Father will also do to you , if you don 't each forgive your brother from your hearts for his misdeeds . "
|
Kanjalo naye uBaba osezulwini uyakwenza kini , uma ningathetheleli ngezinhliziyo zenu kube yilowo nalowo umfowabo .
|
We need regular , constant light to moderate activity in order to keep the metabolism functioning .
|
Kudingeka sihlale senza imisebenzi elula nethe ukuqina evivinya umzimba ukuze isimiso sokugaya ukudla siqhubeke sisebenza .
|
It is too much to bear .
|
Kungaphezu kwamandla .
|
This 18 - year - old prisoner was charged with murder , and if convicted , he will be put on death row for doing what his peers told him to do .
|
Lesiboshwa esineminyaka engu - 18 ubudala sabekwa icala lokubulala , futhi uma silahlwa icala , sizolindela ukulengiswa ngokwenza lokho ontanga yaso abathi asikwenze .
|
This opens up the way for us to tell them about God 's Kingdom and to show them that Jehovah will soon remove all suffering and Satan the Devil , of whom they are especially afraid .
|
Lokhu kuvula indlela yokuba siwatshele ngoMbuso kaNkulunkulu futhi siwabonise ukuthi uJehova ngokushesha uzoqeda konke ukuhlupheka kanye noSathane uDeveli , lowo amesabisa okwenyoka .
|
Wait for God
|
Methembe UNkulunkulu
|
When I broke the seven for the four thousand men , how many provision baskets full of fragments did you take up ?
|
Mhla ziyisikhombisa kwabayizinkulungwane ezine , nabutha amaqoma amangaki agcwele imvuthuluka na ?
|
In All Your Ways Take Notice of Him
|
Mqaphele Kuzo Zonke Izindlela Zakho
|
MAKE no mistake about the age we live in ; already it is high time for us to awake out of our sleep .
|
NINGALENZI iphutha ngesikhathi esiphila kuso ; kakade sekuyisikhathi esiphuthumayo sokuba siphaphame ebuthongweni .
|
Another soul saved for Christ !
|
Nanku omunye umphefumulo osusindiselwe uKristu !
|
Please Accept My Humble Gift
|
Ngicela Namukele Lesi Sipho Sami Esincane
|
They sure don 't make them like they used to !
|
Ngokuqinisekile abasazenzi ngendlela ezazingayo !
|
How do you view Christendom 's religions ?
|
Nizibheka kanjani izinkolo zeLobukholwa ?
|
Just as the days of Noah were , so the presence of the Son of man will be
|
Njengoba nje zazinjalo izinsuku zikaNowa , kuyoba njalo nokuba khona kweNdodana yomuntu
|
When he was suffering , he did not go threatening , but kept on committing himself to the one who judges righteously . "
|
Owathi ethukwa , akaphindisanga athuke ; ehlushwa akasongelanga kepha wakunikela kuye owahlulela ngokulunga .
|
Elijah was a man with feelings like ours , and yet in prayer he prayed for it not to rain ; and it did not rain upon the land for three years and six months .
|
U - Eliya wayengumuntu onemizwa efana neyethu , kodwa nokho emthandazweni wathandazela ukuba lingani ; futhi alinanga ezweni iminyaka emithathu nezinyanga eziyisithupha .
|
IF YOU are going to follow a religion simply because of family tradition , why not choose the Celtic religion that our ancestors practiced 2,000 years ago ?
|
UMA uzokhetha inkolo ngenxa nje yokuthi iyinkolo yasekhaya , pho kungani ungakhethi inkolo yamaCelt eyayiqhutshwa okhokho bethu eminyakeni engu - 2 000 edlule ?
|
The Most Devastating Pandemic in Human History
|
Ubhubhane Oluqothula Kunalo Lonke Emlandweni Wesintu
|
The combination of four aircraft hijacked and destroyed , with thousands killed , may be enough to force that change .
|
Ukuthunjwa nokuphahlazeka kwezindiza ezine , nokufa kwezinkulungwane zabantu , yiko okungase kuphoqelele lezo zinguquko .
|
How do you tell legitimate hope from unfounded hope ?
|
Ulibona kanjani ithemba elingokoqobo ethembeni elingenasisekelo ?
|
When you explain why you can 't be home early on a certain occasion , they usually understand .
|
Uma uchaza ukuthi kungani ungenakubuya ngokushesha ngesikhathi esithile , ngokuvamile bayaqonda .
|
He will reside in security and be undisturbed from dread of calamity .
|
Uyakuhlala elondekile , agcineke , angabi naluvalo ngokubi .
|
He " proceeded to do according to all that God had commanded him .
|
Wenze njalo ; njengalokho uNkulunkulu emyalile wakwenza .
|
Keep peace between one another .
|
Yibani . . . nokuthula phakathi kwenu .
|
Every Good Work
|
Yonke Imisebenzi Emihle
|
" NO MAN is an island , " wrote 17th - century poet John Donne .
|
" AKEKHO umuntu oyisiqhingi , " kwabhala imbongi yekhulu le - 17 leminyaka uJohn Donne .
|
" As regards those having insight among the people , they will impart understanding to the many . " - DANIEL 11 : 33 .
|
" Abahlakaniphileyo babantu bayakuqondisa abaningi . " - DANIYELI 11 : 33 .
|
" Those honoring me I shall honor , and those despising me will be of little account . " - 1 SAMUEL 2 : 30 .
|
" Abangidumisayo ngiyakubadumisa ; abangidelelayo bayakweyiswa . " - 1 SAMUWELI 2 : 30 .
|
" Canadians are smitten with plastic , " noted The Toronto Star , a Canadian newspaper .
|
" Abantu baseCanada bahlushwa ubhadane lwepulasitiki , " kwaphawula iToronto Star , iphephandaba laseCanada .
|
" No , " said Francisco .
|
" Cha , " kusho uFrancisco .
|
" About half of all Canadians don 't clear their credit card debt in time to avoid the high charges , " which range from 20 to 29 percent .
|
" Cishe ingxenye yabo bonke abantu baseCanada ayisikhokhi ngesikhathi isikweleti sayo samakhadi okuthenga ukuze igweme inzalo ephakeme , " esukela kumaphesenti angu - 20 kuya kwangu - 29 .
|
" Around 85 % of global fish stocks are over - exploited , depleted , fully exploited or in recovery from exploitation . " - BBC , September 2012 .
|
" Cishe u - 85 % wezilwandle okudotshwa kuzo awusenazo izinhlanzi , zinciphile noma isilinganiso sazo sisazama ukwenyuka . " - I - BBC , ka - September 2012 .
|
" From a weak state " when his hair was shorn , Samson was " made powerful " by Jehovah and brought death to many Philistines .
|
" Ebuthakathakeni " lapho izinwele zakhe zigundiwe , uSamsoni ' waphiwa amandla ' nguJehova futhi wabulala amaFilisti amaningi .
|
" Teach a child how he should live , and he will remember it all his life . " - PROVERBS 22 : 6 , TODAY 'S ENGLISH VERSION .
|
" Fundisa ingane indlela okufanele iphile ngayo , iyoyikhumbula ukuphila kwayo konke . " - IZAGA 22 : 6 , TODAY 'S ENGLISH VERSION .
|
" Hot porridge , quiet music and carefully designed surroundings aren 't medical breakthroughs , but they 're transforming the care of the elderly , " states The Globe and Mail of Canada .
|
" Idokwe elishisayo , umculo opholile nendawo eklanywe ngokucophelela akuzona izinto ezintsha kwezokwelapha , kodwa kushintsha indlela asebekhulile abanakekelwa ngayo , " kusho i - Globe and Mail yaseCanada .
|
" Channels , " according to the Times , are " mediums who purposefully enter a semi - conscious or unconscious trance state to communicate with the unseen ' spirit realm ' " or " extraterrestrials . "
|
" Imizila , " ngokweTimes , " ingabalozi abazenza bazulelwe yingqondo kancane noma ngokuphelele ukuze bakhulumisane ' nemimoya ' engabonakali . "
|
" Unknown Tongues " and Their Interpretation
|
" Izilimi Ezingaziwa " Nokuchazwa Kwazo
|
" Remember the Days Gone By " - Why ?
|
" Khumbulani izinsuku Ezadlula " - Ngani ?
|
Indeed , when even one sinner repents and turns to Jehovah , " joy arises among the angels of God . " - Luke 15 : 10 .
|
" Kuba khona injabulo phakathi kwezingelosi zikaNkulunkulu " ngisho noma kuphenduke umuntu oyedwa nje , wayeka ukona . - Luka 15 : 10 .
|
" In the fear of Jehovah there is strong confidence , " states Solomon , " and for his sons there will come to be a refuge . "
|
" Kukhona ukuqiniseka okukhulu ekwesabeni uJehova , " kusho uSolomoni , " futhi amadodana akhe ayoba nesiphephelo . "
|
you may wonder . " It 's easier than you think , " confided Ann .
|
" Kulula ngaphezu kokuba ucabanga , " kusho uAnn othulula isifuba .
|
" It may be that three million people or more died as a result of Africa 's wars over the past decade , " according to the newspaper Lesotho Today .
|
" Kungenzeka ukuthi abantu abayizigidi ezintathu noma ngaphezulu bafa ngenxa yezimpi zaseAfrika kuleminyaka eyishumi edlule , " ngokwephephandaba iLesotho Today .
|
" There is something important which the viewer desires to see , even though it may be difficult for him to see it and grasp its meaning all at once , " writes Bible commentator R .
|
" Kunokuthile okubalulekile lowo obukayo afisa ukukubona , ngisho noma kungase kube nzima ngaye ukuba akubone futhi aqonde incazelo yakho zisuka nje , " kubhala umhlaziyi weBhayibheli uR .
|
" It is indeed paradoxical that we are felling valuable trees and creating deserts in order to gain foreign exchange from tobacco exports , " comments Professor W .
|
" Kuyindida ngempela ukuthi sigawula imithi eyigugu futhi sibangele nezingwadule ukuze sithole inzuzo ngokuhwebelana namanye amazwe ngogwayi , " kusho uProfesa W .
|
" There is where his weeping and the gnashing of his teeth will be . " - Matthew 24 : 48 - 51 ; Ephesians 4 : 18 ; 5 : 6 - 8 .
|
" Lapho kuyakubakhona ukukhala nokugedla amazinyo . " - Mathewu 24 : 48 - 51 ; Efesu 4 : 18 ; 5 : 6 - 8 .
|
" When I light up a cigarette , I feel relaxed , " says 15 - year - old Holly .
|
" Lapho ngokhela ugwayi , ngizizwa ngikhululekile , " kusho uHolly oneminyaka engu - 15 ubudala .
|
" When any of us had a question , our parents never answered us directly , " remembers Maria .
|
" Lapho noma yimuphi kithi enombuzo , abazali bethu babengalokothi basiphendule ngokuqondile , " kukhumbula uMaria .
|
" I now experience a great joy because I feel ' in control ' of myself after such a long struggle with myself , " stated one young woman who had considered herself " addicted " to masturbation .
|
" Manje nginenjabulo enkulu ngenxa yokuthi ngizizwa ' nginokuzilawula ' ngemva komzabalazo omude kangaka , " kusho omunye wesifazane osemusha owayezibheka ' njengosewumlutha ' wokushaya indlwabu .
|
" Nor do we , " I replied .
|
" Nathi asiyifuni , " ngiphendula .
|
" Before , I burped only when I had eaten too much , " says Bill with a smile , " but now I had to learn to burp on and on .
|
" Ngaphambili , ngangibhodla uma ngidle kakhulu kuphela , " kusho uBill emamatheka , " kodwa manje kwadingeka ngifunde ukubhodla njalo .
|
" Beyond doubt there is a very great amount of gold in this country , " he reassured himself .
|
" Ngaphandle kokungabaza kunegolide eliningi kulelizwe , " eziqinisekisa .
|
" I should like to see these profound words inscribed on the threshold of all the temples of science : ' The greatest derangement of the mind is to believe in something because one wishes it to be so . ' " - Louis Pasteur , 19th - century French scientist .
|
" Ngingathanda ukubona lamazwi okuhlakanipha abhalwe emnyango wawo wonke amathempeli esayensi : ' Ukungahleleki okukhulu kwengqondo ukukholelwa kokuthile ngenxa yokuthi umuntu unesifiso sokuba kube kanjalo . ' " - Louis Pasteur , isazi sesayensi esingumFulentshi sekhulu le - 19 leminyaka .
|
" Though hand be to hand " in scheming treachery , the wicked one will not escape punishment .
|
" Ngisho noma isandla singaba kwesinye isandla " ekwakheni amacebo okukhohlisa , omubi ngeke angajeziswa .
|
" I 'm a 15 - year - old guy who 's skinny and constantly teased , " complains young Mark .
|
" Ngiwumfana oneminyaka engu - 15 ubudala ozacile nogconwa njalo , " kukhononda uMark osemusha .
|
" I myself shall cause all my goodness to pass before your face , and I will declare the name of Jehovah before you . " - EXODUS 33 : 19 .
|
" Ngiyakudlulisa phambi kwakho ubuhle bami , ngilimemezele igama likaJehova phambi kwakho . " - EKSODUSI 33 : 19 .
|
" I shall indeed turn malady away from your midst . " - Exodus 15 : 26 ; 23 : 25 .
|
" Ngiyakususa izifo phakathi kwenu . " - Eksodusi 15 : 26 ; 23 : 25 .
|
" Every false path I have hated . " - PS .
|
" Ngizizondile zonke izindlela zamanga . " - IHU .
|
" With one mouth glorify the God and Father of our Lord Jesus Christ . " - ROMANS 15 : 6 .
|
" Nikhazimulise uNkulunkulu noYise weNkosi yethu uJesu Kristu ngamlomo munye . " - ROMA 15 : 6 .
|
" Be careful that no one misleads you , " warned Jesus , " for many men will come in my name saying ' I am the Christ ' , and they will mislead many . "
|
" Niqaphele ukuba ningadukiswa muntu , " kuxwayisa uJesu , " ngoba abantu abaningi bayoza ngegama lami bethi , ' NginguKristu , ' futhi bayodukisa abaningi . "
|
" As the twentieth century progressed , daily life for many people . . . was changed by scientific and technological development . " - The Oxford History of the Twentieth Century .
|
" Njengoba ikhulu lamashumi amabili laliqhubeka , ukuphila kwansuku zonke kwabantu abaningi . . . kwashintsha ngenxa yentuthuko kwezesayensi nobuchwepheshe . " - The Oxford History of the Twentieth Century .
|
" The one that without fail goes forth , even weeping , carrying along a bagful of seed , will without fail come in with a joyful cry , carrying along his sheaves , " declares the psalmist .
|
" Ohamba ekhala izinyembezi , ephethe imbewu yokuhlwanyela , uyakubuya ngokuthokoza , ephethe izinyanda zakhe , " kusho umhubi .
|
" What usually happens , " answers Kobus , " is that it is a surprise for both parties .
|
" Okuvame ukwenzeka , " kuphendula uKobus , " ukuthi ngiyamangala nalo limangale .
|
" During the five years that follow , female relatives of the deceased prepare and direct many memorial services , " notes Science magazine .
|
" Phakathi neminyaka emihlanu elandelayo , izihlobo ezingabantu besifazane zomuntu ofile zilungiselela futhi ziqondise izinkonzo eziningi zesikhumbuzo , " kuphawula umagazini iScience .
|
" Realize that others have coped before you and that Jehovah can help you cope with whatever happens . " - Jeanny , who took care of her husband before he died .
|
" Qaphela ukuthi abanye baye babhekana nalokhu ngaphambi kwakho nokuthi uJehova angakusiza ukuba ubhekane nanoma yini eyenzekayo . " - UJeanny , owanakekela umyeni wakhe ngaphambi kokuba afe .
|
" Continue putting up with one another and forgiving one another freely . " - Colossians 3 : 13 .
|
" Qhubekani nibekezelelana futhi nithethelelana ngokukhululekile . " - Kolose 3 : 13 .
|
" We started by witnessing to the convicts , to their families who came to visit them in prison , as well as to the penitentiary personnel , " explains Czesław .
|
" Saqala ngokushumayela eziboshweni , emikhayeni yazo eyayiza izozivakashela ejele , kanye nasezisebenzini zasejele , " kuchaza uCzesław .
|
" We use mealtime to talk about things that came up during the day , " says a parent .
|
" Sisebenzisa izikhathi zokudla ukuze sikhulume ngezinto ezenzeke phakathi nosuku , " kusho omunye umzali .
|
" Jeremiah sat down weeping and lamented with this lamentation over Jerusalem , " says the Greek Septuagint in its introduction to the book of Lamentations .
|
" UJeremiya wahlala phansi wakhala futhi walilela iJerusalema ngalesi sililo , " kusho i - Septuagint yesiGreki lapho yethula incwadi yesiLilo .
|
He is " ready to forgive , " and he does so " in a large way . " - Psalm 86 : 5 ; Isaiah 55 : 7 ; Zechariah 1 : 3 .
|
" Ukulungele ukuthethelela , " futhi ukwenza " kube - kukhulu . " - IHubo 86 : 5 , qhathanisa ne - NW ; Isaya 55 : 7 ; Zakariya 1 : 3 .
|
" You have contended with God and with men and you have at last prevailed . " - GEN .
|
" Ulwe noNkulunkulu nabantu waze wanqoba ekugcineni . " - GEN .
|
" If anyone wants to come after me , let him disown himself and pick up his torture stake day after day and follow me continually . " - LUKE 9 : 23 .
|
" Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami , makazidele , athabathe [ isigxobo sakhe sokuhlushwa , " NW " ] imihla ngemihla , angilandele . " - LUKA 9 : 23 .
|
" If a servant is pampered from his youth , he will become thankless later on . " - Proverbs 29 : 21 .
|
" Uma umuntu etotosa inceku yakhe kusukela ebusheni kuqhubeke , ekuphileni kwayo kwakamuva iyoba ngengabongiyo . " - IzAga 29 : 21 .
|
" My kingdom is no part of this world , " Jesus tells Pilate .
|
" Umbuso wami awusiwo owalelizwe , " uJesu utshela uPilatu .
|
" My lawyer had assured me that my children could not be taken away from me because of my religion but that I had to be proved an unfit mother , " explained Karon , a housewife in the state of Missouri , United States .
|
" Ummeli wami wayengiqinisekise ngokuthi ngangingeke ngephucwe abantwana bami ngenxa yenkolo yami kodwa ngenxa yokuba ngibonakaliswe ngingumama ongafanelekile , " kwachaza uKaron , inkosikazi yekhaya ezweni laseMissouri eUnited States .
|
" The holy spirit , " he replied .
|
" Umoya ongcwele , " ephendula .
|
" A Crown of Beauty " and " a Kingly Turban "
|
" Umqhele Omuhle " " Nomshuqulo Wobukhosi "
|
" He threatened me grievously , and reviled me , " Tyndale later recalled , adding that he had been treated like " a dog . "
|
" Wangisongela kanzima , futhi wangithuka , " kukhumbula uTyndale kamuva , enezela ngokuthi wayephathiswe ' okwenja . '
|
" Look out : perhaps there may be someone who will carry you off as his prey through . . . empty deception . " - COLOSSIANS 2 : 8 .
|
" Xwayani : mhlawumbe kungase kube khona oyomuka nani njengezisulu zakhe . . . ngenkohliso eyize . " - KOLOSE 2 : 8 .
|
" Yes , " was the answer .
|
" Yebo , " kwakuyimpendulo .
|
" Become imitators of God . " - EPH .
|
" Yibani ngabalingisi bakaNkulunkulu . " - EFE .
|
" Hold a good conscience . " - 1 Peter 3 : 16 .
|
" Yibani nonembeza omuhle . " - 1 Petru 3 : 16 .
|
" This is what the love of God means , that we observe his commandments . " - 1 John 5 : 3 .
|
" Yilokhu okushiwo uthando ngoNkulunkulu , ukuba sigcine imiyalo yakhe . " - 1 Johane 5 : 3 .
|
" Each one of you speak truth . " - Ephesians 4 : 25 .
|
" Yilowo nalowo kini makakhulume iqiniso . " - Efesu 4 : 25 .
|
" Yes , we line up at the canteen to collect basic food items that are distributed by the UNHCR , " continues Kandida .
|
" Yiqiniso , sihlaba ujenga enkantini uma siyolanda ukudla okuyisisekelo okwabiwa yi - UNHCR , " kuqhubeka uKandida .
|
" Separate yourself as much as possible from people who talk about such things . " - Naomi , Japan .
|
" Zihlukanise ngokuphele nabantu abakhuluma ngezinto ezinjalo . " - UNaomi , eJapane .
|
" Let us go up to the mountain of Jehovah . . . , and he will instruct us about his ways , and we will walk in his paths . " - MICAH 4 : 2 .
|
" [ Ma ] sikhuphukele entabeni kaJehova . . . , uyakusifundisa izindlela zakhe , sihambe emikhondweni yakhe . " - MIKA 4 : 2 .
|
% s of % s at % s / s
|
% s ka % s ngo % s / s
|
% s was banned
|
% s unqatshelwe
|
" Many of those asleep in the dust of the earth will wake up . " - Daniel 12 : 2 .
|
' Abaningi abalele othulini lomhlabathi bayovuka . ' - Daniyeli 12 : 2 .
|
" I did not hold back from . . . teaching you publicly and from house to house . " - ACTS 20 : 20 .
|
' Angigodlanga . . . ukunifundisa obala nasendlini ngendlu . ' - IZENZO 20 : 20 .
|
This dataset contains parallel sentences in English and Zulu (South Africa).
The dataset contains parallel sentences that can be used for:
If you use this dataset, please cite the citation guide of the original OPUS MT560 dataset.
This dataset is released under the Creative Commons Attribution 4.0 International License.