eng
stringlengths 1
657
| zul
stringlengths 1
788
|
---|---|
14 , 15 . ( a ) In what way are all of God 's people " righteous " ?
|
14 , 15 . ( a ) Kungamuphi umqondo bonke abantu bakaNkulunkulu " belungile " ?
|
14 From Egypt to Cities Around the World
|
14 Kusuka EGibhithe Kuya Emadolobheni Omhlaba Wonke
|
14 Thursday evening Passover celebration ; Jesus washes 113 ,
|
14 NgoLwesine Kugujwa umkhosi wePhasika ; 113 , isig .
|
15 - 17 . ( a ) On what did Job 38 : 8 - 11 focus , leading to what questions ?
|
15 - 17 . ( a ) Yini uJobe 38 : 8 - 11 agxila kuyo , okuholela kumiphi imibuzo ?
|
16 , 17 . ( a ) Where can you find some of Jesus ' key teachings ?
|
16 , 17 . ( a ) Ungazitholaphi ezinye zezimfundiso zikaJesu eziyinhloko ?
|
16 A Closer Look at Today 's Zoos
|
16 Ukubhekisisa Ama - zoo Anamuhla
|
18 , 19 . ( a ) Why is obedience vital in our day ?
|
18 , 19 . ( a ) Kungani ukulalela kubaluleke kakhulu namuhla ?
|
18 Seek Something Much Better Than Gold
|
18 Funa Okungcono Kakhulu Kunegolide
|
18 " The Word of Our God Endures Forever "
|
18 IZwi LikaNkulunkulu Wethu Liyokuma Phakade
|
18 Do the Stars Influence Your Life ?
|
18 Ingabe Ukuphila Kwakho Kulawulwa Yizinkanyezi ?
|
19 , 20 . ( a ) Why was obedience on the part of Israel vitally important when they were at the Red Sea ?
|
19 , 20 . ( a ) Kungani kwakubalulekile ukuba ama - Israyeli alalele lapho esoLwandle Olubomvu ?
|
19 , 20 . ( a ) Why can we be sure that Jehovah will never leave us ?
|
19 , 20 . ( a ) Kungani singaqiniseka ukuthi uJehova akasoze asishiya ?
|
19 , 20 . ( a ) According to James 1 : 26 , 27 , what does clean worship require of us ?
|
19 , 20 . ( a ) NgokukaJakobe 1 : 26 , 27 , ukukhulekela okuhlanzekile kudinga ukuba senzeni ?
|
1931 : " A New Name " - henceforth the name Jehovah 's Witnesses would set true Christians apart from apostate Christendom
|
1931 : " Igama Elisha " - kusukela lapho kuye phambili igama elithi oFakazi BakaJehova laliyohlukanisa amaKristu eqiniso kwelobukholwa elihlubukayo
|
Sharing the Comfort That Jehovah Provides , 11 / 1
|
2 / 15
|
20 BE FLEXIBLE .
|
20 VUMELANA NEZIMO .
|
24 : 45 - 47 ; Acts 1 : 8 .
|
24 : 45 - 47 ; IzE . 1 : 8 .
|
24 Teach Your Children - Rebekah Was Willing to Please Jehovah
|
24 Fundisa Izingane Zakho - URebheka Wayezimisele Ukujabulisa UJehova
|
26 Trust in Jehovah - He Will Really Help You
|
26 Thembela KuJehova - Uzokusiza Ngempela
|
3 Appreciating Jehovah as Our Potter
|
3 Ukwazisa UJehova NjengoMbumbi Wethu
|
3 Let Contrasts Help You
|
3 Vumela Ukuqhathanisa Kukusize
|
32 A Well - Planned Campaign Bears Fruit
|
32 Umkhankaso Ohlelwe Kahle Uthela Izithelo
|
4 What Is Happening to the Churches ?
|
4 Kwenzekani Emasontweni ?
|
50 : 2 - Why is Jerusalem called " the perfection of prettiness " ?
|
50 : 2 - Kungani iJerusalema libizwa ngokuthi " ukuphelela kobuhle " ?
|
6 , 7 . ( a ) What vision did Ezekiel receive , and what did it mean ?
|
6 , 7 . ( a ) Imuphi umbono owanikezwa uHezekeli , futhi wawusho ukuthini ?
|
6 Accurate Science
|
6 Linembile Ngokwesayensi
|
7 , 8 . ( a ) Why is the idea that the other sheep are Gentile Christians built on a wrong premise ?
|
7 , 8 . ( a ) Kungani umqondo wokuthi ezinye izimvu zingamaKristu abeZizwe wakhelwe esisekelweni esiyiphutha ?
|
7 , 8 . ( a ) Setting what short - term goals will help you to strengthen your faith ?
|
7 , 8 . ( a ) Ukuzibekela miphi imigomo yesikhathi esifushane okuyokusiza ekuqiniseni ukholo lwakho ?
|
7 , 8 . ( a ) What is involved in avoiding false teachers ?
|
7 , 8 . ( a ) Yini ehilelekile ekugwemeni abafundisi bamanga ?
|
9 , 10 . ( a ) What arrangements have been made to train Kingdom proclaimers ?
|
9 , 10 . ( a ) Imaphi amalungiselelo aye enziwa okuqeqesha abamemezeli boMbuso ?
|
9 ANOTHER BIT OF EVIDENCE
|
9 OBUNYE UBUFAKAZI
|
MORE and more people in Israel as elsewhere are seeing the futility of man 's efforts to bring lasting peace and provide a hope for the future .
|
ABANTU abengeziwe baseIsrael njenganomaphi bayabubona ubuze bemizamo yomuntu yokuletha ukuthula okuhlala njalo nokunikeza ithemba lekusasa .
|
SOME experts say that women are more likely to be killed by their male partners than by all other types of perpetrators combined .
|
ABANYE ochwepheshe bathi abesifazane basengozini enkulu yokubulawa abayeni babo kunayinoma yibaphi abanye abahlaseli behlangene .
|
PETALS
|
AMACEMBE
|
SECTS OF JUDAISM ARE INFECTED : The historian Josephus ( 37 - c . 100 C.E . ) reported that the Essenes , a Jewish sect , believed that " the souls are immortal , and continue forever . "
|
AMAHLELO OBUJUDA ONAKALISIWE : Isazi - mlando uJosephus ( esaphila cishe ngo - 37 - 100 C.E . ) sabika ukuthi ama - Essene , ihlelo lamaJuda , ayekholelwa ukuthi " imiphefumulo ayifi , futhi iphila phakade . "
|
THE police put Mother , Father , my brother Pavel , and me in different rooms , stationed a guard with each of us , and started searching everything .
|
AMAPHOYISA asifaka emakamelweni ahlukene , mina , umama , ubaba , nomfowethu uPavel , ngamunye wethu wagadwa unogada , abe eseqala ukuphequlula yonke into .
|
To outsiders Christianity was referred to as " The Way . "
|
Ababengewona amaKristu ngalesosikhathi babebiza ubuKristu ngokuthi ' iNdlela . '
|
The elders should offer specific counsel to such men so that they will know how to direct their efforts .
|
Abadala kufanele banikeze amadoda anjalo iseluleko esiqondile ukuze azi ukuthi kufanele asebenzele kuphi .
|
Sellers , both honest and dishonest , know that before you can sell a product , you have to sell yourself .
|
Abadayisi , abathembekile nabangamaqili , bayazi ukuthi ngaphambi kokuba udayise umkhiqizo othile , kufanele uzenze uthenjwe .
|
Players can take credit for bringing in the fans to support the teams .
|
Abadlali bangaheha abalandeli ukuba basekele amaqembu .
|
Young boys also have a number of problems to deal with as their reproductive system matures .
|
Abafana abasebancane nabo banezinkinga eziningana okumelwe babhekane nazo njengoba isimiso sabo sokuzala sivuthwa .
|
Showing Christian Love to Elderly , 8 / 1
|
Abafileyo Bangasibona ? 11 / 15
|
The rest of the dead didn 't live until the thousand years were finished . This is the first resurrection .
|
Abafileyo ababesele kabaphila yaze yaphela iminyaka eyinkulungwane . Lokhu kungukuvuka kokuqala .
|
Truth seekers want factual answers to such important questions .
|
Abafuna iqiniso bafuna izimpendulo eziyiqiniso emibuzweni ebaluleké njengale .
|
His readers no doubt found it easier to accept his advice when they saw from his greeting that they had the same standing before God .
|
Abafunda incwadi yakhe akungabazeki ukuthi bakuthola kulula ukwamukela isiyalo sakhe lapho bebona ekubingeleleni kwakhe ukuthi babenokuma okufanayo phambi kukaNkulunkulu .
|
The graduating students were very happy to have relatives , close friends , and guests in attendance .
|
Abafundi ababethweswa iziqu bakujabulela kakhulu ukuba nezihlobo , abangane abaseduze kanye nababemenyiwe .
|
Happy readers of the book of Revelation can only thrill with joy as they read the closing chapters that describe our glorious hope - a new heaven and a new earth , that is , a righteous heavenly Kingdom government ruling over a new , cleansed human society , all to the praise of " Jehovah God the Almighty . "
|
Abafundi abajabulayo bencwadi yesAmbulo bathola injabulo enkulu njengoba befunda izahluko zokugcina ezichaza ithemba lethu elikhazimulayo - izulu elisha nomhlaba omusha , okungukuthi , uhulumeni onguMbuso wasezulwini olungile obusa umphakathi wabantu omusha nohlanziwe , kube udumo ' kuJehova uNkulunkulu uMninimandla onke . '
|
Many students agree .
|
Abafundi abaningi bayavumelana nalokhu .
|
The students were encouraged not to be concerned about occupying a position , receiving recognition from men , or using a theocratic assignment for personal gain .
|
Abafundi bakhuthazwa ukuba bangazihluphi ngokuthola isikhundla , ukuqashelwa abantu , noma basebenzise isabelo esingokwasezulwini ukuze bazizuzise bona .
|
God 's anointed ones on earth represented that city .
|
Abagcotshiwe bakaNkulunkulu emhlabeni babemelela lowo muzi .
|
The religious leaders now try to find witnesses to fabricate a case against Jesus .
|
Abaholi benkolo manje bazama ukuthola ofakazi ukuze bakhe icala abangambeka lona uJesu .
|
The Rudniks and their home in Chernobyl
|
AbakwaRudnik nomuzi wabo eChernobyl
|
Jesus ' followers today , including an army of over one million full - time ministers , apply Paul 's counsel to the extent that their circumstances allow .
|
Abalandeli bakaJesu namuhla , kuhlanganise nebutho labangaphezu kuka - 1 000 000 labasenkonzweni yesikhathi esigcwele , baphila ngalesi seluleko sikaPawulu , kuye ngokwezimo zabo .
|
His followers came to imitate their Master , learning to love one another in a way that drew widespread attention and admiration .
|
Abalandeli bakhe balingisa iNkosi yabo , bafunda ukuthandana ngendlela eyakhanga futhi yahlonishwa abantu abaningi .
|
Those who know Jehovah realize that a last - minute display of zeal will not impress him .
|
Abamaziyo uJehova bayazi ukuthi akukho ntshiseko yomzuzu wokugcina eyomhlaba umxhwele .
|
Especially vulnerable are the children of divorce .
|
Abangavikelekile ikakhulukazi izingane zesehlukaniso .
|
For many of them , it was the first time to meet fellow Witnesses from other lands .
|
Abaningi , babeqala ngqá ukuhlangana noFakazi abakanye nabo bakwamanye amazwe .
|
Many who thirsted for Bible truth fled to countries where the influence of the church was less pervasive .
|
Abaningi ababomele iqiniso leBhayibheli babalekela emazweni imfundiso yesonto eyayingasabalele kuwo .
|
Many had taken foreign wives , and their offspring did not even speak the language of the Jews .
|
Abaningi babethathe abafazi bezinye izizwe futhi izingane zabo zingalukhulumi nolimi lwamaJuda .
|
Many of them are making fine progress because they are willing to put forth the effort to overcome the obstacles in their way .
|
Abaningi babo bathuthuka kahle ngoba bazimisele ukwenza umzamo wokunqoba izithiyo ezibavimbelayo .
|
Many of those who have turned to Jehovah through Christ Jesus were found from house to house .
|
Abaningi balabo abaye baphendukela kuJehova ngoKristu Jesu batholakala endlini ngendlu .
|
Many also lost their lives .
|
Abaningi balahlekelwa nawukuphila kwabo .
|
Many attach deep religious significance to the cross , for , as one youth simply said , " It 's sacred . "
|
Abaningi banamathela ekubalulekeni kwesiphambano okungokwenkolo , ngoba , njengoba omunye omusha asho , " Singcwele . "
|
Many even doubt the existence of God , let alone fear him .
|
Abaningi bangabaza ngisho nobukhona bukaNkulunkulu , akusaphathwa ukumesaba .
|
Most do so as a result of homosexual activities .
|
Abaningi bayithola njengomphumela wemikhuba yobungqingili .
|
Many accepted copies of the Bible literature .
|
Abaningi bazamukela izincwadi zeBhayibheli .
|
Many wondered if this would lead to more .
|
Abaningi bazibuza ukuthi kukhona yini okwakusazolandela .
|
Many of those who listened to Jesus were from the disadvantaged , lowly class of Jews .
|
Abaningi ezilalelini zikaJesu babengamaJuda azihluphekelayo , aphansi .
|
Many now fear that the danger of addiction is very real .
|
Abaningi manje bayesaba ukuthi ingozi yokuba umlutha isingokoqobo ngempela .
|
To the peaceable who are pure in heart , the promise is made that they " will be called ' sons of God ' " and " will see God . "
|
Abanokuthula abahlanzekile enhliziyweni bathenjiswa ukuthi " bayobizwa ngokuthi ' amadodana kaNkulunkulu ' " nokuthi " bayobona uNkulunkulu . "
|
People who are
|
Abantu
|
Individuals " abandoned " to destruction with the wicked will include those once enlightened but who get swallowed up in a selfish way of life .
|
Abantu ' abayoshiywa ' ukuze babhujiswe nababi bayohlanganisa nalabo abake bakhanyiselwa kodwa abathathwa indlela yokuphila yobugovu .
|
People , goods , and news began to travel much faster as a network of roads and railroads emerged .
|
Abantu , impahla nezindaba kwaqala ukuhamba ngokushesha okukhulu lapho kuvela inxanxathela yemigwaqo nojantshi bezitimela .
|
Alcohol Deaths in Japan
|
Abantu Ababulawa Utshwala EJapane
|
Extraterrestrials - Where Are They ?
|
Abantu Abahlala Kwamanye Amaplanethi - Bakuphi ?
|
People with oily hair should shampoo more often than those with normal or dry hair .
|
Abantu abanezinwele ezinamafutha kufanele bazigeze kaningi kunalabo abanezinwele ezivamile noma ezomile .
|
People who are ungodly and unrighteous are " inexcusable , " for God 's invisible qualities are made evident in creation .
|
Abantu abangamesabi uNkulunkulu nabangalungile " abanazaba , " ngoba izimfanelo zikaNkulunkulu ezingabonakali zenziwe zaba sobala endalweni .
|
Many older people living in Tasmania 's country areas say they would not report a Tasmanian tiger if they saw one .
|
Abantu abaningi asebekhulile abahlala emaphandleni aseTasmania bathi ngeke balibike ihlosi laseTasmania uma belibona .
|
Many people regard giving and receiving bribes as normal practice .
|
Abantu abaningi babheka ukufumbathisa nokufunjathiswa njengento eyamukelekayo .
|
How do most people view freedom , but what else needs to be considered ?
|
Abantu abaningi bayibheka kanjani inkululeko , kodwa yini enye okudingeka ukuba icatshangelwe ?
|
Sincere people are often dismayed by the evils practiced in the name of religion .
|
Abantu abaqotho ngokuvamile buyabadumaza ububi obenziwa ngenxa yenkolo .
|
Hope in the promised Seed of the woman lived on in the hearts of faithful humans after Jehovah performed a great deed by preserving Noah and his family through the global Deluge that wiped out a wicked world .
|
Abantu abathembekile baqhubeka benethemba ngeNzalo ethenjisiwe yowesifazane ngemva kokuba uJehova enze isenzo esikhulu ngokulondoloza uNowa nomkhaya wakhe eSikhukhuleni sembulunga yonke esacoboshisa izwe elibi .
|
Visitors to Rome may observe that many of the city 's most famous squares are adorned by their presence .
|
Abantu abavakashela eRoma bangabona ukuthi iningi lezigcawu zaleli dolobha ezidumile zigcwele wona .
|
People want help .
|
Abantu bafuna usizo .
|
The ministry of John the Baptizer has heightened the sense of expectation .
|
Abantu balolwe nayinkonzo kaJohane uMbhapathizi .
|
Humans stick to their familiar staples - rice , maize , and wheat - ignoring thousands of other nutritious plants found in nature .
|
Abantu banamathela ekudleni kwabo abakujwayele - irayisi , ummbila , nokolweni - bezishaya indiva ezinye izitshalo zemvelo eziningi ezinomsoco .
|
People react differently to such a loss , so there is no single formula for offering comfort and help .
|
Abantu basabela ngezindlela ezingafani lapho beshonelwe ngale ndlela , ngakho ayikho indlela eyodwa yokududuza nokusiza .
|
People of the nations " walk in the unprofitableness of their minds , " as the apostle Paul said .
|
Abantu bezizwe ' bahamba ebuzeni bengqondo yabo , ' njengoba kwasho umphostoli uPawulu .
|
People today still hunger for answers to the basic questions that have haunted mankind for millenniums : Why are we here ?
|
Abantu namuhla basafuna izimpendulo zemibuzo eyisisekelo osekuyizinkulungwane zeminyaka ikhathaza isintu : Kungani silapha ?
|
The children of your chosen sister greet you . Amen .
|
Abantwana bakadadewenu okhethiweyo bayakhonza kuwe .
|
Some researchers even report that coffee is healthful .
|
Abanye abacwaningi babika ngisho nokuthi ikhofi linempilo .
|
Some boys even beat me when the teachers were not looking .
|
Abanye abafana babengishaya nokungishaya lapho othisha bengasibhekile .
|
Some religious leaders do preach for money , whether it be payment for religious services or promoting commercial enterprises on their TV ministries .
|
Abanye abaholi benkolo bashumayela ngenxa yemali , kungaba inkokhelo yezinkonzo zenkolo noma ukuthuthukisa izinhlangano zezentengiselwano ngezintshumayelo zabo ku - TV .
|
Some persons like this repented and were reinstated .
|
Abanye abantu abanjena baphenduka futhi babuyiselwa .
|
The other telephone operators died along with some 21,000 other victims in a torrent of volcanic mud , ice , and boulders that roared down from the volcano Nevado del Ruiz .
|
Abanye abasebenza ngezingcingo bafa kanye nezinye izisulu eziyizi - 21 000 esikhukhuleni sodaka lwentaba - mlilo , iqhwa , nezimbokodwe zamatshe okwakuhlokoma kwehla kuvela entaba - mlilo iNevado del Ruiz .
|
Others disagree .
|
Abanye abavumi .
|
Others believe in rebirth as a different life - form .
|
Abanye bakholelwa ekuzalweni kabusha sebeyisidalwa esihlukile .
|
Some believe the real figure to be close to half a million !
|
Abanye bakholelwa ukuthi inani labo langempela licishe libe yingxenye yesigidi !
|
It is believed by some that global warming may be affecting the Greenland and Antarctic ice sheets .
|
Abanye bakholelwa ukuthi ukufudumala kwembulunga yonke kungenzeka kuthinta izinguzunga zeqhwa zaseGreenland nase - Antarctica .
|
Other people might be moved by examples showing that the Bible contains accurate prophecies and accurate history .
|
Abanye bangase bathintwe yizibonelo ezibonisa ukuthi iBhayibheli lineziprofetho ezinembile futhi linembile ngokomlando .
|
Subsets and Splits
No community queries yet
The top public SQL queries from the community will appear here once available.